Monday 11 February 2013

THE HOLY SPIRIT / UMOYA ONGCWELE

"Ngayakucela kuBaba aniphe omunye
umduduzi ukuba ahlale nani phakade,
uMoya weqiniso, izwe elingamamukele,
ngokuba lingamboni, lingamazi; nina
niyamazi Yena, ngokuba uhlala nani,
uYakuba kini." John 14:16-17! UMoya Ongcwele uhlala kwabamukele
uKrestu, uma ungenaJesu awunawo
uMoya Ongcwele futhi awumazi. Yikho
abantu bedideka kangaka beze
bekhonze izithombe nabantu ngoba
akekho uMoya Ongcwele phakathi kubo obafundisayo nobambulela
izibhalo nezimfihlakalo zeZulu. UMoya
Ongcwele ungukuphelela kuka
Nkulunkulu! "In whom after ye
believed, ye were sealed with that Holy
Spirit of promise." Ephesians 1:13. UMoya Ongcwele unjengendandatho
kwabashadile ukukhomba ukuthi
sebezahlukanisele. Unjenge duku
ekhanda kumuntu wesifazane ukuze
kwaziwe ukuthi usethathiwe! He is the
seal of our approval, the Spirit of Adoption okuNgaye senziwe
sangababusi ndawonye noKrestu.
"And when the day of Pentecost was
fully come, they were all with one
accord, in one place. And suddenly
there came a sound from heaven as of a rushing mighty wind, and it filled all
the house where they were sitting. And
the appeard unto them cloven tongues
like as of fire, and it sat upon each of
them. And they were filled with the Holy
Ghost, and beggan to speak with tongues as the Spirit gave them
utterance." Acts 2:1-4! UMoya
Ongcwele is not a physical being but
dwells in us as physical being, only to
them that hath received Christ Jesus the
deity of God!

No comments:

Post a Comment