Monday 11 February 2013

WHERE THERE IS NO LIGHT!

Lapho kungekho ukukhanya kuvama
ubumnyama. Lapho kungekho uMoya
kaNkulunkulu kuvame ukulwa,
ukwethuka, ukungabibikho kwesimilo,
ingxabano, inzondo nokuningi! Uma
umuntu esehlale ebumnyameni isikhathi eside, kuthi kufika ukukhanya
akubone kuyinto embi ngoba
usejwayele. Abanye bayakhanyiseleka
babone ukuthi badunguza
ebumnyameni uma ukukhanya
sekukhona ngoba kuyiveza ibe sobala yonke imisebenzi yenyama
neyobumnyama! Nakhu ukuKhanya
okunguJesu sikulethile siyanikhanyisel
a, phendukani emisebenzini yenyama
nize kwiNkosi yamakhosi, nizofunda
ukukhonza ngoMoya nange qiniso. INkosi inibusise. Shalom! For the glory
of God and the salvation of mankind.
Africa Back To God!

No comments:

Post a Comment